Omo river in Omo Valley, Omorate, Ethiopia. Representing the Dechatu River.

MAYELANA I-SUNCASA

I-SUNCASA isebenzela ukuthuthukisa ulwazi mayelana  nezinguquko zesimo sezulu kanye nokuvikela imvelo ngokuhlukahluka kwayo eDire Dawa (e-Ethiopia), eKigali (eRwanda), naseJohannesburg (eNingizimu Afrika). I-SUNCASA izimisele ukwenza lo msebenzi obalulekile ngokubhekana ngqo nezidingo ezahlukene zakulezi zindawo. Ngokusebenzisa izixazululo ezibukisisa izindlela abantu bobulili obuhlukene abazibandakanya ngayo nemvelo (gender-responsive nature-based solutions (NbS)) uma kugxilwa ekongiweni kwamanzi nokuwabuyisela esimweni esikahle, lolu hlelo luhlose ukukhulisa amandla okumelana nezingozi eziningi ezihlobene nesimo sezulu ezindaweni ezingamadolobha, okuhlanganisa nezikhukhula.

Cishe bayizigidi ezingu-2,2 abantu abahlala ezindaweni ezisengozini yezikhukhula abazozuza ngokusebenzisa izixazululo ezibukisisa izindlela abantu bobulili obuhlukene abazibandakanya ngayo nemvelo (i-NbS). Ngaphezu kwalokho, abantu abalinganiselwa ezigidini ezingu-7 bazobona lehla izinga lokuswela amanzi, ukushisa emadolobheni, ukudilika komhlaba nokuguguleka kwenhlabathi. Ngaphezu kwalokho, lezi zigidi zabantu zizozuza ngokuhweba ezindaweni ezingasaphazanyiswa ukuguquka kwesimo sezulu ngenxa yalolu hlelo.

Kwezinye zezixazululo zemvelo i-SUNCASA eqhamuka nazo singabala ukubuyisela esimweni esikahle umhlaba okade wonakele eDire Dawa naseKigali, ukutshalwa kabusha kwamahlathi kanye nokuvuselelwa komhlabathi okade wonakele emadolobheni aseduzane namahlathi eKigali, kanye nokususa izihlahla ezilimaza umhlabathi eJukskei, eJohannesburg. Akugcini lapho kuphela ngoba i-SANCASA izoqhubeka nokuvuselela imvelo emasebeni emimfula kanye namaxhaphozi, futhi yandise ukutshalwa kwezihlahla emadolobheni ukuze kuxazululeke inkinga yokushisa kuwona womathathu amadolobha.

INDLELA ESISEBENZA NGAYO

Impumelelo ye-SUNCASA incike kulezi zinto ezintathu. Okokuqala, kufanele kuthuthukiswe ulwazi mayelana nemithelela ekhona kubantu bobulili obuhlukene edalwa ukuguquka kwesimo sezulu ukuze zamukeleke kalula izixazululo ze-NbS. Okwesibili, ukuthi ozakwethu esibambisene nabo kulezi zindawo bazibophezele ekwamukeleni i-NbS njengempendulo esebenzayo futhi enenzuzo ngokwezimali ekubhekaneni nezingozi ezidalwa ukuguquka kwesimo sezulu. Okwesithathu, ukuthi izikhulu zikamasipala kanye nabanye esisebenzisana nabo bakwazi ukuguqula imithetho yokwengamela ukuze ihambisane nokuxazulula izinkinga zabantu bobulili obuhlukahlukene.

IMIGOMO YETHU

Uhlelo lwe-SUNCASA luhlose:

  • ukuthuthukisa kanye nokuyisebenzisa i-NbS  ukuze imifula nezindawo esizeduzane nayo zibuyele esimweni esikahle ukuze kunciphe  ubungozi bezikhukhula kanye nokuqinisekisa ukuthi amanzi angapheli;
  • ukukhuthaza ukulingana ngokobulili nokubandakanywa komphakathi, ukususa izingqinamba  ezivimba abesifazane kanye namaqembu ekungekho abantu abawamele uma kuthathwa izinqumo mayelana nalokhu okufanele kwenziwe ukuze imiphakathi ikwazi ukumelana nokuguquka kwesimo sezulu, ukuhlela, ukubona iqala imisebenzi okufanele yenziwe kanye nokuqapha imisebenzi;
  • ukwakha imisebenzi engapheli kanye nokuvikela imvelo;
  • ukwakha amathuba emisebenzi  emkhakheni wezemvelo;
  • ukuthuthukisa inhlalakahle yemiphakathi ngokwakha izindawo eziqhakambisa imvelo emadolobheni.

ITHIMBA LETHU

Headshot of Ben Simmons

Benjamin Simmons

Director, Sustainable Infrastructure

Todd Gartner, WRI

Todd Gartner

Director, Cities4Forests and Natural Infrastructure, WRI

Aklilu Fikresilassie, WRI - SUNCASA

Aklilu Fikresilassie

Director, Thriving Resilient Cities, WRI Africa; Representative of WRI in Ethiopia

Head shot of Alec Crawford

Alec Crawford

Director, Nature for Resilience

Janina Schnick

Janina Schnick

Lead, SUNCASA Project

Alemakef Tassew, Urban Development Project Specialist, WRI Africa

Alemakef Tassew

Urban Development Project Specialist, WRI Africa

Amanda Gcanga, WRI Africa, Johannesburg, SUNCASA

Amanda Gcanga

Country Lead for Urban Water Resilience & Senior Urban Policy Analyst, WRI

Head shot of Ana

Ana Balanean

Policy Advisor, Gender Equality and Social Inclusion

Ayushi Trivedi, Gender Specialist, WRI

Ayushi Trivedi

Research Associate, Gender and Social Equity, WRI

Cesar Henrique Arrais

Cesar Henrique Arrais

Senior Communications Officer

Clare Blackwell, WRI - SUNCASA

Clare Blackwell

Research Analyst II, WRI

Daniela Facchini, WRI - SUNCASA

Daniela Facchini

Director, Global Operations and Program Management, WRI Ross Center for Sustainable Cities

David Uszoki

David Uzsoki

Lead, Sustainable Finance

dimple-roy-2019.jpg

Dimple Roy

Director, Water Management

Eden Tekele, WRI Africa - SUNCASA

Eden Takele

Engagement & Communications Specialist, Climate Program and WRI Ross Center for Sustainable Cities, WRI Africa

default-profile

Hajra Atiq

Project Manager

Hellen Wanjohi-Opil, WRI AFrica

Hellen Wanjohi-Opil

Resilience African Cities Lead, WRI Africa

Josephine Apajo, WRI - SUNCASA

Josephine Apajo

Planning, Monitoring and Evaluation Learning Manager, WRI Africa

kyle-wiebe-2019-web.jpg

Kyle Wiebe

Policy Advisor, Tracking Progress

IISD-DSC08219 - Liesbeth Casier for web.jpg

Liesbeth Casier

Lead, Public Procurement and Sustainable Infrastructure and Coordinator of the NBI Global Resource Centre

Lisa Beyer, WRI

Lisa Beyer

Urban Water Infrastructure Manager, WRI

Lizzie Marsters, WRI

Lizzie Marsters

Environmental Finance Manager, Natural Infrastructure, WRI

lynn-wagner-2018.jpg

Lynn Wagner

Senior Director, Tracking Progress

Marc Manyifika, WRI Africa

Marc Manyifika

Country Lead for Urban Water Resilience/Lead Spatial Planner for the program, WRI Africa

matt-small.jpg

Matthew TenBruggencate

Communications Manager

Meghan Stromberg, WRI

Meghan Stromberg

Urban Resilience Project Coordinator, WRI Ross Center for Sustainable Cities

Headshot of Michail

Michail Kapetanakis

Research Analyst

Woman with curly hair wearing black and smiling

Nona Rogava

Project Manager

Pablo Lazo, WRI - SUNCASA

Pablo Lazo

Director of Urban Development, WRI Ross Center for Sustainable Cities

Bio photo of Richard Grosshans

Richard Grosshans

Lead II, Bioremediation

Sadof Alexander

Sadof Alexander

Communications Manager, Cities4Forests, WRI

Head shot of Samantha Boardley

Samantha Boardley

Associate

Stefan-Jungcurt-2019.jpg

Stefan Jungcurt

Lead II, SDG Indicators and Data, Tracking Progress

Tristan-Easton-2019.jpg

Tristan Easton

Senior Project Manager

Photo of Zeph Migeni Adjode

Zephaniah Migeni Ajode

Project Manager, IISD-ELA